Buchitheka bugayiwe meaning in english it means a proper planned event/activity was disturbed.
Buchitheka bugayiwe incazelo kuchaza ukuthi Kuphazamiseke obekuhleliwe , kwangabe kusenzeka njengezifiso.
Kukhulunywa ngotshwala besintu obugaywayo anduba buphekwe. Umsebenzi omnengi usekugayeni kotshwala, ngoba kudala
umthombo bugaywa kumbe ucholwe ngembokodo( grinding stone). Lokho kuthathi skhathi esiningi, ukuchitheka kotshwala sobugayiwe kuchazu kuthi onke amalungiselelo ebesenziwe sokusele isgaba sokuthi lento ifezeke. Lokho kuchazu kuthi
sokusuke konakala yonkinto isimi ngomumo. Ukuphazamiseka kohlelo okuzophoqa abahleli ukuthi baphinde baqale kwa A.
Buchitheka bugayiwe kuchaza Ukuphazamiseka kwento ebisihleliwe like msebenzi kungenzeka.ukuth khona enimfihlelile.ngoba nimsaba wangazi senith niyawuqala.vele kuqondane afike ningalindele kusuke impi enkulu ethisoze yenzeka lonto Lana nibaleke or
nithule kubhuntshekanjalo kabi kungaqubeki sungashoke ukuth hai besesithi syenza kwafika usbanibani kwashuba bagcithekabugayiwe kwayekwa
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |